Sihlalo ngibonge kakhulu igalelo elifakwe amaqembu aphikisayo esimeni sezemfundo. Kuyangithokozisa namhlanje ngimi la ukuthi sike sizwe negalelo elivela kwamanye amaqembu esingakaze siwezwe, amaqembu afike ahlale nje ekomidini athule njenge-EFF. Kodwa siyajabula namhlanje ukuthi banawo umbono abawenzayo ngezemfundo. Uma sifika kuleli le ... (Translation of isiZulu paragraph follows.)
[Ms N GINA: Chairperson, I am very grateful for the input from the opposition parties with regard to the state of our education. It excites me as I am standing here today to hear the input from other parties from whom we have never heard anything - parties like the EFF who come to the committee and just keep quiet. But we are glad that they have made an input on education today. When coming to ...]