Phini likaSomlomo, bese ngilindele ukuthi mhlawumbe umhlonishwa uNgqongqoshe wezobulungiswa uzothi nguyena ngoba laba ababili bathe akubona. Bengibabuze bobathathu.
IPHINI LIKASOMLOMO: Hlala phansi-ke baba. Ngeke ngize ngimcele uNgqongqoshe ngaphandle uma kunguye ofuna ukukhuluma ngalolu daba, ngoba mina ngithe ... (Translation of isiZulu paragraphs follows.)
[Mr V B NDLOVU: Madam Deputy Speaker, I was expecting that maybe the hon Minister of Justice would say she is the one who decides because the other two said it's not them. I asked all three of them.