Ngiyabonga Ngqongqoshe, ngokuya ngempendulo yakho ngiyajabula ngoba angikholwa ukuthi isekhona imibuzo esingahle siyifune lapha endlini, ngenxa yokuthi usibonise lapho kumele siye khona ukuze sithole zonke izimpendulo esizifunayo. Ngiyabonga. (Translation of isiZulu paragraph follows.)
[Mr A M MAZIYA: Thank you, hon Minister. As far as your response is concerned, I'm happy. I don't believe that there are any further questions that can be asked in this House, because you have indicated to us where we should go in order to get all the answers that we want. Thank you.]