Ngiyabonga Sekela Somlomo, bengicela ukubuza kuNgqongqoshe ukuthi kulaba amacala abo aphenywayo ngokulahleka kwamadokodo nokuthi-ke bashintshe izinombolo ngabe abanye babo bahleli emakhaya yini? Bayahola yini noma bayawenza umsebenzi khona belahla amadokodo na? (Translation of isiZulu paragraph follows.)
[Mr V B NDLOVU: Thank you, Madam Deputy Speaker. I just want to know from the Minister whether those police officers who are being investigated with regard to the disappearance of dockets and the changing of docket numbers have been suspended? Are they receiving their salaries whilst on suspension or are they still working even though they steal dockets?]