Ndvuna Ndzimande, ngitsandza kwati kwekutsi ... [Minister Nzimande, I would like to know ...]
... how you ensure and promote these certain subjects in the curriculum. What is important is that we can strengthen this, but what about promoting these subjects. One can see that most of the students are reluctant to study Maths and Science. What are the plans that you have to promote these subjects in the curriculum?
UNGQONGQOSHE WEMFUNDO EPHAKEME NOKUQEQESHA: Kunemali evele ikhona, lungu elihloniphekile enikezwa nguhulumeni lo wethu ukwenza isiqiniseko sokuthi abafundi ikakhulukazi abaqhamuka ezindaweni ezihluphekayo, nabafundi abamnyama bayalekelelwa ukuthi bangene kulemikhakha yezifundo lezi zezibalo nokuthi bakwazi futhi ukuthi bathole usizo.
Sizoyiqinisa lento njengoba-ke imfundo uMongameli eyibeke njengenye yezinto eziphambili kulelizwe lethu. Sizoziqinisa izindlela zokuthi abafundi ikakhululkazi abamnyama bakwazi ukuthi bangene. Kodwa bangagcini ngokungena nje kulezifundo kodwa futhi bakwazi ukuphumelela ukuze bangachithi isikhathi esiningi emaNyuvesi kodwa sizame ukubalekelela ukuthi baqede ngesikhathi .Ngithemba ukuthi kuyakuphendula lokho engikushoyo. Ngiyabonga. (Translation of isiZulu paragraphs follows.)
[The MINISTER OF HIGHER EDUCATION AND TRAINING: There are funds that are already available, hon member, which are issued by this government of ours to ensure that learners who come from impoverished areas, especially black learners, are assisted in taking subjects like maths and science, and that they receive assistance.
We are going to intensify this effort, as the President has placed education as one of the top priorities in this country. And we will also intensify the ways in which black learners will be able to do these subjects. They must not only take these subjects, but also be able to pass them so that they won't spend too much time at the universities and we must also assist them to finish on time. I hope what I said answers your question. Thank you.]