Ngiyabonga Sihlalo, okokuqala ngifuna ukuthi kumhlonishwa, kusemqoka ukuthi sibheke umthetho ophethe i-ICD. I-ICD iwenza wonke umsebenzi wayo ... [Thank you, Chairperson. Firstly, I would like to say to the hon member that it is imperative to look at the law that governs the ICD. The ICD does all its duties ...]
... which is the core function ...
... yokuphenya amaphoyisa, ukuthi abantu bafa kanjani ezitokisini nalapho la bebheke khona. Kodwa okubi okusuke kwenzeke ukuthi bawenza wonke umsebenzi emva kwalokho bese benza i-referal kwelinye iphoyisa elisesikhundleni esithe xaxa kunalelo ekade liphenya. Bese kuthi ekugcineni lowo owenze kabi engabe esashushiswa. Yinto embi leyo ngoba izigebengu zibaleka nejoka zibe zingafanele ukubaleka nalo. Okwesibili ... [Kwaphela isikhathi.] Awu! [Uhleko.] (Translation of isiZulu declaration of vote follows.)
[... of investigating police officers, how people die in custody as well as where they are taken to. The problem is that they do all the work and make a referral to a police officer who is more senior than the one who has been conducting the investigation. In the end, the culprit is not prosecuted. This is very bad because the prisoners escape after being caught, which is not supposed to happen. Secondly ... Eish! [Time expired.] [Laughter.]]